Nelly Magwaza

113 POSTS

Exclusive articles:

Uyaziqhenya Umasipala Ngokuphothula Uhlelo Lokuhlinzekwa Kwamanzi

U Masipala we Theku uqinisekisa ukuthi izakhamuzi namabhizinisi zithola amanzi ngaphandle kokuphazamiseka kube yinto ehamba phambili kule minyaka emihlanu edlule. Lokhu kuvezwe emkhankasweni wokwethula impumelelo...

U Note To Self Usenqobe Amahlandla Ayisithupha Elandelana Kumjaho we HollyWoodBets

I-Hollywoodbets Durban July iphinde yafakazela ukuthi isengomunye wemicimbi emikhulu eNingizimu Afrika ehlanganisa umjaho wamahhashi, imfashini kanye nezokungcebeleka, njengoba izinkulungwane zabantu zigcwale eGreyville Racecourse ukuzobungaza...

Uzimisele Ukuqala Ibhizinisi Ohlomule Ngolwazi Lwe AI

Intsha eyikhulu(100) kumasipala INkosi Langalibalele Municipality isihlomule ngokuqeqeshwa ngobuchwepheshe be-Artificial Intelligence (AI), ngaphansi kohlelo oluxhaswe nguMnyango WezokuXhumana NobuChwepheshe Bedijithali ngokubambisana noMkhandlu waseNkosi Langalibalele kanye...

Amaphoyisa Akulungele Ukubhekana Nemibhikisho Yangolwesine.

Undunankulu weKwaZulu-Natali, uThamsanqa Ntuli, uncome izakhamuzi zesifundazwe ngokugcina ukuthula ngesikhathi semibhikisho ebibanjwe mhla zingama-30 kuNhlangulana. UNtuli ubekhuluma esithangamini nabezindaba ehambisana nebamba leKhomishana yaMaphoyisa KwaZulu-Natali,u Phumelele...

Bangaphezulu kuka 20 000 Abase Malawi Ababuyiselwe Ezweni Labo.

I Meya womkhandlu we Theku uCyril Xaba, uhlole umsebenzi wokuhlanza indawo yaseDrive-In  kulandela ukuvalwa ngokusemthethweni kwale ndawo ebisetshenziswa njengesikhungo sesikhashana sokwamukela nokucubungula izakhamuzi zaseMalawi...

Breaking

Ugcizelele Eyokulungiswa Kwenqalasizinda U Xaba

U Meya womkhandlu we ITheku, uKhansela Cyril Xaba, uthe...

Kucijwe Osomabhizinisi Kumasipala WeTheku

Bahlomule ngohlelo lokuqeqeshwa osomabhizinisi abasemkhakheni wezamaciko namasiko kumasipala ITheku....

ITheku Likulungele ukwamukela izinkumbi zabalandeli bePirates Ne Sundowns

Sekubhekwe ngabomvu umdlalo wamanqamu weMTN8 ka-2026 ozohlanganisa i-Orlando Pirates...

Lisahamba Phambili ITheku Kwezokuvakasha

Umasipala weTheku usezinhlelweni zokuqinisa ukusebenza kwezomnotho kwe-uShaka Marine World...
spot_imgspot_img