Nelly Magwaza

113 POSTS

Exclusive articles:

U Ntuli Ukhuthaza Ukubekwa Phambili Kwezidingo Nqangi

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli, uthi ukusheshiswa kokulethwa kwezidingo kubantu kuzoba nomthelela omkhulu ekubuyiseni isithunzi nokwethemba uhulumeni. U Ntuli ukusho lokhu ngesikhathi ethula umbiko...

U Masipala Uqhuba Uhlelo Lokuxhasa Osomabhizinisi Abasafufusa

Kwimizamo eqhubekayo yokweseka osomabhizinisi bendawo nokwenza kube lula ukusebenza kwamabhizinisi, uMasipala weTheku ubambisene noMnyango Wokuthuthukiswa Kwamabhizinisi asafufusa babamba uhlelo lokufinyelela Kusomabhizinisi lukaNgqongqoshe eThekwini. Loluhlelo...

Osomabhizinisi BakwaMashu Bathole Ithuba Lokucotshelelwa Ngolwazi

Osomabhizinisi baselokishini laKwaMashu eThekwini bathole ithuba lokuthuthukisa ulwazi namakhono abo okuqhuba amabhizinisi ngesikhathi kunomcimbi wokufundisa osomabhizinisi kanye nomncintiswano wokwethulwa kwamabhizinisi. Lomcimbi uhlelwe uPhiko lwezoThuthukiswa koMnotho...

Linyukile Izinga Kumkhakha Wezokuncebeleka E Thekwini

Umkhakha wezokuvakasha eThekwini uyaqhubeka nokukhombisa ukuqina, njengoba ezokuvakasha zasekhaya zisaqhubeka nokuba yinsika enkulu ekukhuleni komkhakha, kanti ezokuvakasha zakwamanye amazwe nazo zikhombisa izimpawu ezinhle zokululama...

Umkhakha Wezokuvakasha Uzoqina Kwezobuchwepheshe

ITheku liyaqhubeka nokuzibeka phambili emkhakheni wezokuvakasha eNingizimu Afrika kulandela ukwethulwa ngokusemthethweni kwenyanga yezokuvakasha ka-2026 ,ethulwe nguNgqongqoshe wezokuVakasha uPatricia De Lille. I nyanga yezokuvakasha iqala...

Breaking

Ugcizelele Eyokulungiswa Kwenqalasizinda U Xaba

U Meya womkhandlu we ITheku, uKhansela Cyril Xaba, uthe...

Kucijwe Osomabhizinisi Kumasipala WeTheku

Bahlomule ngohlelo lokuqeqeshwa osomabhizinisi abasemkhakheni wezamaciko namasiko kumasipala ITheku....

ITheku Likulungele ukwamukela izinkumbi zabalandeli bePirates Ne Sundowns

Sekubhekwe ngabomvu umdlalo wamanqamu weMTN8 ka-2026 ozohlanganisa i-Orlando Pirates...

Lisahamba Phambili ITheku Kwezokuvakasha

Umasipala weTheku usezinhlelweni zokuqinisa ukusebenza kwezomnotho kwe-uShaka Marine World...
spot_imgspot_img