Liyenyukela Izinga Lokuthuthuka Kwezempilo Emzweni Kazi Lase Africa

Date:

Inqunquthela ye-BIO Africa Conference on Public Health in Africa (CPHIA) ka-2025, ebibanjelwe e-Inkosi Albert Luthuli Convention Centre, ibe yimpumelelo enkulu. Amazwe ase-Afrika ahlangane ukuzozibophezela ekwakheni ikusasa lezempilo eliqinile ngokusungula izinto ezintsha, ukubambisana, kanye nentuthuko ebandakanya wonke umuntu.UNgqongqoshe wezeSayensi nobuchwepheshe, uSolwazi Blade Nzimande, ugcizelele ukuthi inhloso enkulu wukuqhubekisela phambili uhlelo lokuzethemba

kwezwekazi ukuze wonke umuntu ezinhlelweni zezempilo. Uthe lokhu kubalulekile ekufezekiseni ukunakekelwa kwezempilo okulinganayo kanye nokuvikela impilo yabantu base-Afrika.Inqunquthela ibingagcini kuphela kwiziqubomgomo

kodwa ime njengohlelo oluqinile lokulinganisa ubuchwepheshe bokucwaninga kwezempilo, ukuthuthuka kobuchwepheshe be-Digital ne-AI, kanye nokuqinisa izinhlelo

zokuxhaswa kwezimali ezisimeme.

UNzimande uqhube wathi imiphumela yenqunquthela izoqhubekisela phambili ubuholi baseNingizimu Afrika ku-G20, iqhube ubambiswano lwezwekazi. I-Health Systems Trust (HST) nayo iveze ukuthi izoqhubeka nokusebenzisana noHulumeni wesifundazwe KwaZulu-Natal ukuqinisekisa ukuthi abantu bathola usizo lwezempilo ngokulinganayo. UDr Ntombi Sigwebela uthe bagxile ekunqandeni izifo ezingosomahlala ekhona futhi sebengeze nezinhlelo zokweseka impilo yengqondo ngenxa yezinkinga ezikhula ngokushesha.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img
spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

UMengameli U Ramaphosa Uncome I Theku Ngokusingatha I 46-SADC Summit

UMengameli wezwe, uCyril Ramaphosa, uncome uMasipala weTheku ngokusingatha ngempumelelo...

Umlingisi odumile ongowokudabuka eThekwini uZamani Mbatha uthi ayikho into...

U Ntuli Ukhuthaza Ukubekwa Phambili Kwezidingo Nqangi

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli, uthi ukusheshiswa kokulethwa kwezidingo kubantu...

U Masipala Uqhuba Uhlelo Lokuxhasa Osomabhizinisi Abasafufusa

Kwimizamo eqhubekayo yokweseka osomabhizinisi bendawo nokwenza kube lula ukusebenza...