UZEE WETHULE ISITHUNYWA SOKULOBA

Date:

UNdabezinhle Mthiyane, owaziwa kakhulu ngo -Zee Zondo noma Zee Imbongi, owazalelwa e-Ozwathini wakhulela eNanda. Ungumbhali wezinkondlo, umsunguli we Ulibo Poetry and Honours Awards, kanye nomsunguli we Ngiwubuciko Branding. Ubuye futhi abe ngumbhali wencwadi ethi Isithunywa Sokuloba, okuyincwadi yezinkondlo. Lencwadi ibhalwe ngolimi oluqondakalayo olufundwa kusukela kumabanga alingana noGrade 8 kuya kuGrade 9. Okwamanje isatholaka

la kumbhali uqobo, kanti isifiso sakhe esikhulu ukuthi igcine isisabalale emhlabeni wonke, ika khulukazi ezikoleni. Njengoba sazi ukubalu leka kwemibhalo kanye nezinkondlo njengomgogodla wobuciko, lencwadi iqukethe amakhasi angama-58, agxile kakhulu ezintweni ezenzakalayo empilweni. Ezinkundleni zokuxhumana ungamthola kuFacebook njenge Zee Zondo, kuTikTok njen gaye u Zee Zondo, kanti ku-Instagram uyatholaka la njenge Zee Imbongi.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

Kuzothuthukiswa Ezobuchwepheshe Ekukhishweni Kwezitifiketi Zezikweletu Kumasipala

UMasipala waseThekwini usuzokwethula uhlelo olusha olubizwa ngeRevenue Clearance System...

McDonald’s Offers Customers The Opportunity To Enjoy Special FIFA World Cup Meals

As anticipation builds for the FIFA World Cup 2026,...

Bazohlomula Ngamakhono Angeziwe Abamafilimi

Iyaqhubeka inqunquthela yabaqophi bamafilimu abasafufusa, abadlali kanye nabaxoxi bezindaba...

Babe Ngomanqoba Abe Two For Joy FC Kowe Khabba Cup

Iqembu iTwo For Joy FC linqobe iKhabba Cup ka-2026...