Ezomphakathi

Kuphoqeleke Ukuthi Bevale Abanikazi Bezitolo zabokufika Ngemuva Komkhankaso Wokuhlanza Umgwaqo U Victoria

Zisavaliwe izito zabokufika ezikumgwaqo Victoria Kanye no mgwaqo u smith street, ngolwesibili  lendawo ibesemgangathweni ngesikhathi inhlangano iMarch and March ihola umkhankaso wokuhlanza le ndawo,...

Ungqongqoshe Umisa Uxhaso Lwe-EPWP Ethekwini Ngenxa Yokungahambi Kahle Kwezimali

UNgqongqoshe Wezemisebenzi Yomphakathi Nezingqalasizinda, uDean Macpherson, umemezele ukuthi uzomisa uxhaso lohlelo lwe-Expanded Public Works Programme (EPWP) eThekwini Metropolitan Municipality onyakeni wezimali ka-2026/27 kuze kube...

Buyaqhubeka Ubudlelwane Phakathi Kahulumeni Nesilo Samabandla.

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli, ube nengqungquthela noNgangezwe Lakhe, isilo uKing Misuzulu kaZwelithini, eThekwini ngenhloso yokuqinisa ubudlelwano phakathi kukahulumeni nobukhosi bakwaZulu. Lo mhlangano uyingxenye yemihlangano...

Oyisekela Likasihlalo Wamakhosi Inkosi U Gumede U Gqamisa Indima Yamakhosi Kwinyanga Yenkululeko

Inyanga ka-Mbasa ihlonishwa njengenyanga yenkululeko, iNkosi u Zwelinzima Gumede usephinde wagcizelela ukuthi umlando wenkululeko eNingizimu Afrika awuphelele ngaphandle kokuqashelwa ngokugcwele indima ebalulekile edlalwe amakhosi...

uNgqongqoshe uTolashe Ugcizelele Ukuthi Izibonelelo Zezingane Ziwutshalomali Lwesikhathi Eside Ekuthuthukiseni Abantu

UNgqongqoshe woMnyango WezokuThuthukiswa koMphakathi, uNokuzola Sisisi Tolashe uhloniphe abafundi bebanga le-12 beKlasi lonyaka wezi-2025 abangabahlomuli bezibonelelo zikahulumeni emcimbini wokubongwa nokwethulwa kombiko obubanjelwe ehholo lomphakathi...

Popular

Subscribe

spot_imgspot_img