UMASIPALA WETHEKU UBAMBE UMCIMBI WOKUDINGIDA IGEBE LAMAKHONO KANYE NOKUNTULEKA KWEMISEBENZI

Date:

Abafundi bakamatikulet sheni abavela eziko leni ezingaphezu kuka-50, kanye nabafundi abavela kumanyuvesi nasemakolishi azinze eThekwini, babambe umhlangano wezinsuku ezimbili we-Youth Employability Indaba kanye ne-Career Expo oqale mhla zingu-20 kuNhlaba. I-Youth Employability Inda ba ibanjwe Ngaphansi kwesiqubulo esithi ‘ Embrace the Digital Era’ futhi ibenengxenye ye-career expo, lapho ababamba iqhaza abantu ababevela ezikhungweni zemfundo ezahlukene kanye nezinkampani zizokhangisa ngemisebenzi abayenzayo. Lokhu kwenzelwa ukusiza abafundi ukuba bazi ukukhetha imsebenzi kanye nokuthola ulwazi ngamakhono abangawenza. Indaba ihlose ukulekelela intsha ngolwazi ukuze iqonde namakhono ahambisa na kakhulu nokuqashwa. Kutholakale ukuthi ziyakhuphuka izibalo zabath weswa iziqu kanye nabafuna imsebenzi abangenawo amakhono adingwa izinhlaka zemsebenzi. Lokhu kuholele ekutheni kube nokwentuleka kwemisebenzi kanjalo namathuba okuqashwa kwintsha yaseNingizimu Afrika anciphe.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img
spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

Izakhamuzi ZaseWard 105 Zifuna Izimpendulo Ngemuva Kweminyaka Emihlanu Bengenamanzi

Kubantu abayizinkulungwane abahlala kuWard 105, ukuphuma kwelanga nsuku zonke...

Ukhale Wamuka Nomngani Oxoshwe ngomlayezo ka  Whattapp

IDemocratic Alliance (DA) KwaZulu-Natal yamukele amakhansela amabili aseThekwini...

Seziqalile Izinxoxo Zokubhunga Ngokukhulisa Umnotho

Sonto Lezimboni le-SADC (SADC Industrialisation Week) liwumcimbi omkhulu wale...

Amazulu Anqobe Iminyaka Ilandelana Kowesifundazwe.

Iqembu i-AmaZulu FC linqobe iPremier's Cup ka-2026 ngemuva kokushaya...