Ezomphakathi

Umasipala Uzibophezele Ukuhlinzeka Ngamanzi Anele Emphakathini

Selidumela emansumpeni ngesakhiwo esizohlinzeka ngamanzi Umkhomazi water scheme esizophakela Isiphingo, Umbongotwini, Umgababa Kanye ne Craigeburn Lolu hlelo luzodonsa amanzi angahluziwe emfuleni i uMkhomazi  ukuze...

Bazohlomula Ngamakhono Angeziwe Abamafilimi

Iyaqhubeka inqunquthela yabaqophi bamafilimu abasafufusa, abadlali kanye nabaxoxi bezindaba ukuzocebelelana ngezindlela zokukhula  basebenzise ithuba le Durban Screen Summit ukukhombisa amakhono abo nokwakha ubudlelwano embonini...

Selidumela Emansumpeni Kwisikhungo Esizohlala Abangenamakhaya.

IMeya yomkhandlu weTheku, Cyril Xaba, ithe iyajabula ngenqubekela phambili yomsebenzi wokwakhiwa kwesikhungo iSakhithemba Homeless Shelter e-Illovu, eningizimu yeTheku.UXaba usho lokhu ngesikhathi ehola amalungu eKomidi...

Bakhalelwe Amasongo Kasigonyela Abokufika Abangenawo Amaphepha Okugunyaza

Kushaywe indiva izitolo ezingahambisani nemithetho kwaphinde kwaboshwa abantu bokufika abangama-23 abatholakale beseNingizimu Afrika ngokungemthetho ngesikhathi kunomkhankaso omkhulu wokuhlola ukuthotshelwa kwemithetho eThekwini. Lo mkhankaso ubuholwa ngamaphoyisa...

Kuphazamiseke Ukuphakelwa Kwamanzi KwaMashu

Kupazamiseke ukuphakelwa kwamanzi KwaMashu esigcemeni sakwa M kulandela ukugxambukela ngokungemthetho kuma-Pressure Reducing Valves (PRVs) nengqalasizinda yamanzi kaMasipala weTheku. Ngokwesitatimende esikhweshwe umasipala kuxwayiswa abahlali ngokumosha...

Popular

Subscribe

spot_imgspot_img