UKHAWULA UFUNA UMPHAKATHI UZIBAMBELE OWE-DUNDEE JULY

Date:

UNgqongqoshe wezeMidlalo,ubuCiko namaSiko KwaZulu-Natal(KZN) uMnu Mntomuhle Khawula uthi sekuyi sikhathi sokuthi amalunga omphakathi abambe iqhaza emcimbini wemtelebhelo wamahhashi nombukiso wengqephu.

UKhawula ukhulume kanje ngemuva kwe-Parade Endumeni wMunicipality NgoLwesihlanu mhlaka 19 July.
“Kumele kuphele ukuthi izinto ngezikahulumeni ngoba akunjalo.Uhulumeni wenza izinto zomphakathi okumele ziphathwe kahle,” kusho uKhawula. Mntomuhle Khawula, uphinde wathi: “IDundee July ayikhulumi ngezamahhashi kuphela, kodwa iphinde ivuselele umnotho wendawo. Izigidi zitshalwa emnothweni wesifunda. Futhi, imicimbi enjengeDundee July ihambisana nohlelo lukahulumeni lokuthuthukisa amadolobhana.”

Khawula uphinde wathi lo mcimbi, oyi-parade, usize ukuthola abasiki bezingubo abasha abebengeke bathole ithuba. “Ithuthukise umjaho wamahhashi wendabuko waba umdlalo wokuncintisana,” esho.
Lo Ngqongqoshe ugcizelele ukuthi i-Dundee July ingeyomphakathi futhi nawo kumele uyenze kube ngeyabo.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img
spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

Bafolosa Ngamakhansela Aneminyaka Esukela Kumashumi Amabili

 Inkatha Freedom Party (IFP) ithi izimisele ukwakha omasipala abasebenza...

Amaphoyisa Asesiteshini SakwaMashu Athungatha Abasolwa Kwelokubulala

Amaphoyisa asesiteshini saKwaMashu akhiphe isitatimende acela usizo emphakathini ekutholeni...

Bekushiyana Ukwenza Kwinqephu Ka 2026

Indawo I-Durban Exhibition Centre iguquke yaba yindawo yokubukisa ngamasiko,...

Kulindeleke Nabasiki Benqephu Kwi Secret Garden

U Thandeka Nontobeko Ngema owaziwa ngelika Mawhoo, usememezele ngokusemthethweni...