INDLELA FOUNDATION IQINISA UHLELO LOKWELULEKA ABAFANA

Date:

I-Inhlangano egxile ekukhuliseni izingane zabafana ukuba zibe abaholi abavikelayo nabanakekelayo futhi nabahlinzeka usizo emphakathini. INdlala Foundation, okuyi nhlangano enzinze e-INK esiyaziwa nge- PINK. Lenhlangano neqhubeka nokuba yisibani sokukhuthaza nokweluleka izingane zabafana ngezihlelo zolwazi ezaziwa ngokuthi phecelezi i- Boyz Mentorship. INdlala Foundation ikholelwa ukuthi izingane zabafana zishiyeka ngaphandle okanye ziye zinakekelwe kancane uma kuqhathaniswa nezamantombazane, nakuba abafana beyingxenye enkulu yezinkinga ezibhekene nomphakathi.

Omunye wabaphathi uMnu Sthembiso Khumalo uchaza kabanzi ngenhloso enkulu ye-Boyz Mentorship. “Sikholelwa ekuqondiseni izingane zabafana ukuthi zibe yizingane eziziphatha kahle, futhi nezikhula zinesisekelo nomthetho wokuziphatha. Indima yabo njengabantu besilisa ukuba abavikelayo nabahlinzeki. “ kusho yena.

Ivangeli abalishumayelayo ezinganeni zabafana ukuziphatha, “thina sizalwe njengabaholi, izinhlonko kanye nabahlinzeki, Lokho kusho ukuthanda, ukunakekela nokuvikela,” kucha za yena. Le nhlangano ayibandlululi, njengoba ihambela zonke izikole lapho ifundisa khona izingane zabafana ngobuqotho, ukuziphatha kahle nokubaluleka kokuba yisihlalo esiqinile emphakathini. “Uma singakwazi ukuqondisa abafana bethu, sizoba nomphakathi ongcono lapho amadoda eqonda khona ukuthi indima yawo enkulu iwukuvikela, hhayi ukulimaza,” kuphetha uKhumalo. Ngohlelo lwayo, iNdlela Foundation iqhubeka nokudala isisekelo esiqinile esingasiza ekwakheni isizwe esinokulingana, esinothando nokuvikelana.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

SALGA calls for urgent action against political killings ahead of 2026 elections

The South African Local Government Association (SALGA) has called...

Bahlomule Ngezamba Ezahlukene Osomabhizinisi Bomkhakha Wezamafilimu.

Umkhakha wezobuciko, amasiko kanye namafilimu eThekwini uthole ugqozi olukhulu...

I-Elangeni TVET College Ivule Isikhungo Esisha Sokuthuthukisa Amakhono omsebenzi wezandla

I-Elangeni TVET College ivule ngokusemthethweni i-Artisan and Skills Development...

Owayengumdlali Webhola Uyaqhubeka Nokufukula Intsha Kumakhono Ezemidlalo.

I Siyabonga Sangweni Foundation yethule ngokusemthethweni umqhudelwano iSiyabonga Sangweni...