U-NDUNANKULU NOHLELO LOKULWA NOKUQA SHWA KWABOKUFIKA ABAGENAZO IMVUME

Date:

Undunankulu waKwaZu lu-Natal, uMnuz Thamsanqa Ntuli, uyaqhubeka nemzamo yokulwa nokuqashwa kwabantu bokufika abangenawo amaphephamvume okuba kuleli. Kamuva uNtuli ugasele efemini kwadukuza ngaphansi kom khankaso kahulumeni wesifun dazwe iOperation “engangeni ngesango iyafohla” Lomkhankaso wokugasela efemi ni KwaDukuza weziwe ngenhloso yokuqeda abasebenzi abangenazo izim vume zokusebenza. Kulefemu bavundulule idlanzana basebenzi bokufika abangenawo izimvume abasebenzi abangenazo izincwadi abagcini ngokuphula umthetho kuphela kodwa futhi bancisha abafuna umsebenzi bendawo amathuba ngokubeka phambili abasebenzi abashibhile,” kusho uNdunankulu. UKhomishana wamaPhoyisa zokusebenza kuleli nosekunquny we ukuthi babuyiselwe emazweni abo. Umnikazi wefemu uNkz, Jacinta Singh kanye nabambisene naye uNkz. Nunu Zulu babhekene necala elinzima lokwephula imithetho yezabasebenzi yaseNingizimu Afrika enqabela ngokuqinile ukuqashwa kwabantu bokufika abangenazo izincwadi kanye nokweqa isibalo sabasebenzi abaqashiwe. UNdunankulu uNtuli uwugxekile lo mkhuba, wathi ukuqashwa kwabantu bokufika ngokungemthetho kub hebhethekisa izinga labantu aban gasebenzi eNingizimu Afrika. “Abaqashi abaxhaphaza KwaZulu-Natal, uGeneral Nhlanhla Mkhwanazi, uthe le femu ingenye yezindawo eziqasha abasebenzi abangenazo izimvume zokusebenza. U-Ntuli uxwayise osomabhizinisi ukuthi bangaqashi abokufika abangenazo izimvume zamaphepha ezifanele zokuba ku leli uma kungenjalo bazobheka na nomthetho waseNingizimu Afrika.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

Eswatini Tourism Showcases Culture and Tourism Excellence At Africa Tourism Indaba 2026

Eswatini used Africa's Travel Indaba 2026 to showcase its...

Private Safari’s East Africa Celebrate 40 Years At Tourism Indaba

South Africa is hosting the Africa's Travel Indaba 2026...

Basayine Isivumelwano Sokuzibophezela Ngezindlela Zonke Zonke Kumkhakha Wezokuncebeleka

BASAYINE ISIVUMELWANO SOKUZIBOPHEZELA NGEZINDLELA ZONKE KUMKHAKHA WEZOKUNCEBELEKA UMongameli waseNingizimu Afrika,...

Durban Strengthens Position as Leading Tourism Destination Durban once again...