Kuzohlonishwa Inkakha Kamasikandi Kwi Golden Hour

Date:

Umhleli womncimbi ka masikandi u Xolani Mncineka wenze isethembiso zokukhokhela umnculi ka maskandi osanda kudlula emhlabeni inxenye yakhe yomhlomulo womncimbi.

Kulo mncimbi abathandi bomculo ka Masikandi bazothola ithuba lokuchitha isikhathi esimnandi e-Golden Hour leli hora laziwa njenge hora lomntaka bani. Ngomhlaka 29 Ku Ncwaba 2026, lizobe liqhoqhobelwe zingoma zomnculi kamaskandi ongasekho u Mtshengiseni Gcwensa njengoba kuzobe kubanjwe umcimbi we-Impucuzeko.


U Mncineka kwinkulumo yakhe yakamumva uqinisekisile ukuthi umndeni ka Scebi Dlamini uzoyithola imali yakhe yokuthi ubeqashiwe emncimbini we Mpucuzeko.” Akukho okuzoshintsha ngisho isikhathi ebezongena ngaso angeke sishintshe. Esizokwenza e stage sobe sivumelene nomndeni wakwa Scebi”. kusho U Mncineka. U Dlamini udlule emhlameni engozini yemoto ekuqaleni kwalenyanga ka Ncwaba.


Lomcimbi uhlanganisa abathandi bomculo kanye namalungu omphakathi ukuze bajabulele usuku olugcwele umculo nokuzijabulisa.
Abahleli bamema umphakathi ukuba uphume ngobuningi bawo ukuzobungaza amaqhawe abo.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img
spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

Kungenelele Iqembu Lezepolitiki Kolwamanzi.

I-Democratic Alliance ithi uMasipala weTheku kumele uchaze ukuthi kungani...

New schools cricket series launched

South African school cricket is set for a boost...

Bahlabeke Umxhwele Abaningi Kwinkulumo Ye Silo.

ISilo samabandla uMisuzulu kaZwelithini sesinxuse amaZulu ukuthi abuyele kakhulu...

U Xaba Ukhala Ngoku Linyazwa Kwenqalasizinda.

IMeya yomkhandlu ITheku, uKhansela uCyril Xaba, uyaqhubeka nemizamo...