Ezomphakathi

ITHEKU LIBUYISELA ISITHUNZI SALO KWEZOKUVAKASHA

UMnyango Wezokuvakasha waseThekwini umemezele ngenjabulo ukunyuka kwezi vakashi zangaphakathi kanye nezamazwe omhlaba zibonise ukukhula okuqinile phakathi kukaJanuwari noMeyi 2025. Lokhu kuqinisekisa idolobha laseThekwini njengendawo...

KUTHULWE ABAKHI BENTUZUMA MALL

Ntuzuma Mallwetheku wesigceme ku-42 uMnu. Fisokuhle Mngadi, ehamba namalungu ekomiti lakhe, wethule ngokusemthethweni abakhi, umphathi wephrojekthi kanye no-CLO (Community Liaison Officer) abayigxenye yabaholi beNtuzuma...

KUVULE ISIKHUNGO SETHUTHUZELA ESIBHEDLELA IDR. PIXLEY KA ISAKA SEME

Unqoqoshe wezempilo KwaZulu-Natal, uNomagugu Simelane uvale inyanga yabesifazane ngomkhankaso wokuhlolelwa umdlavuza wesibeletho kanye nokuvula ngokusemthethweni iThuthuzela Care Centre (TCC),eSibhedlela iDr. Pixley Ka Isaka Seme...

IHollywood Foundation Ilule Isandla kubantwana Abaphila nokukhubazeka

Izingane ezikhubazekile manje sezizokwazi ukufinyelela kakhulu ekwelashweni kwe-equine okuzoshintsha impilo, ngenxa yokubambisana phakathi kweHollywood Foundation kanye neRace Coast. NgoLwesibili lezi zinhlangano zethule izinsiza...

IPhini likaNgqongqoshe u-Gina wethule irobhothi lokuqala laseNingizimu Afrika lokufundisa elisebenza nge-AI

IPhini likaNgqongqoshe Wezesayensi, Ubuchwepheshe, Nokusungula, uNksz Nomalungelo Gina, wethule ngokusemthethweni irobhothi eliyingqalabutho lezemfundo eThekwini. Loluhlelo lubizwa ngeIRIS. I-IRIS wuhlelo olusha lukaNkz Thandoh Gumede, ongusomabhizinisi...

Popular

Subscribe

spot_imgspot_img