Saturday, March 7, 2026

AMA-NPO AZUZE ULWAZI OLUBALULEKILE KWI-WORKSHOP YOLWAZI EBIKWAMASHU

Date:

IZINHLANGANO Zomphakathi ezingenzi inzunzo okufaka phakathi ama- Non profit Organisation (NPO) ezingaphansi kwenhlangano i- INK nertwork NGO, ehol wa uNkk Joyce Nomagugu Msomi, ngokubambisana no Myango wezokuthuthu kiswa komphakathi kwamashu (DSD) babambe iWorkshop yama – NPO yosuku olulodwa, kwaMashu. I-Workshop izenezi hlelo eziningi ezifundisayo ngokug cwalisa amaphepha.

Nokuqonda izidingo kanye nemithetho ka hulumeni ukuze uthole uxhaso. Konke lokhu kwen zeke ngaphansi kwe siqubulo esithi “NPO Clinic Workshop”. Izihloko ezibalu lekile ezifundwe kwi-workshop zifaka phakathi: ·Indlela zokugcwal isa amaform kanye nokuwahambisa kumnyango. Ukubhala umthetho sisekelo wenhlangano. -Ukushintsha abaphathi benhlangano (office bearers) -Ukushitsha ihhovisi le NPO kanye nengama. -Amathiphu wokufaka izicelo zoxhaso (funding). UMsomi uphethe ngokuthi,Ukugcwala kwale ndawo kubonisa ukuthi abantu bayaludinga lolu lwazi ,” Iningi la ma-NPO alihlangabe zani nezidingo ngenxa yokuntula ulwazi, hhayi ngoba engenawo umdlandla.” Iningi laba holi abebekhona bandlulise izincomo, bethi bafunde okuningi onkunye bazokud lulisa nako zakwabo futhi bazimisele ukuqhu beka nokusiza imi phakathi yabo ngoku letha usizo.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

I Qembule Democratic Allience Esifundazweni I KwaZulu Natal Ligxeka Isithombe SikaMandela NoTambo, Ithi ITheku Lidinga Amanzi Nezinsiza.

Iqembu lezepolitiki iDemocratic Alliance eThekwini seligxeke ukusetshenziswa kwezigidi zamaRandi...

Kwethulwe Izichuse Zabaholi Bomzabalazo Ethekwini Kwisifundazwe I-kwa Zulu Natal

IMeya yomkhandlu I e-eThekwini Municipality, uCyril Xaba, uthi ukwethulwa...

Seligcwotshwe Ngokusemthethweni Iqembe Lomdlalo Wokudonsa Intambo

Iqembu laseNingizimu Afrika lomdlalo wokudonsa intambo ngaphakathi ezindlini (Indoor...

Intsha Ifundiswa Ngokubaluleka kokusebenzisa Amacondom E Langeni College Ezinze E-Ntuzumza

Inhlangano yezempilo i-AIDS Healthcare Foundation (AHF)  ngokubambisana nezinhlaka zezempilo...
×