IRICHARDS BAY FC IGILA IZIMANGA ISHAYA I-ROYAL AM

Date:

I-Natal Rich Boys isivele yabathela induku omphetha be Prince Mangosuthu legacy Cup bangonyaka odlule okuyi Royal AM. I-thwihli Thwala yashaya AmaZulu ngenqaku eli 1- 0 kowamanqamu.

Amanqaku amabili e-Rich Boys afakwe u Ntsundwana elilodwa lafakwa uSibanyoni. 

Lo mqhudelwano owenzeka minyaka yonke wosuku olulodwa, owandulela isizini uthathwa njenge midlalo ebaluleke kakhulu ababambe iqhaza njengoba ubanikeza ithuba lokukala izinga labo ngaphambi kwesizini ezayo.

Lo mcimbi wenzelwe ukuhlonipha lowayengumsunguli weqembu-IFP aphinde abe uNdunankulu kaZulu ongasekho uMntwana uMangosuthu Buthelezi. 

Kumdlalo wokuqala INatal Rich Boys iguqise I Royal AM ngamanqaku amathathu kwelilodwa.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

Kuphoqeleke Ukuthi Bevale Abanikazi Bezitolo zabokufika Ngemuva Komkhankaso Wokuhlanza Umgwaqo U Victoria

Zisavaliwe izito zabokufika ezikumgwaqo Victoria Kanye no mgwaqo u...

Ungqongqoshe Umisa Uxhaso Lwe-EPWP Ethekwini Ngenxa Yokungahambi Kahle Kwezimali

UNgqongqoshe Wezemisebenzi Yomphakathi Nezingqalasizinda, uDean Macpherson, umemezele ukuthi uzomisa...

Buyaqhubeka Ubudlelwane Phakathi Kahulumeni Nesilo Samabandla.

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli, ube nengqungquthela noNgangezwe Lakhe,...

Oyisekela Likasihlalo Wamakhosi Inkosi U Gumede U Gqamisa Indima Yamakhosi Kwinyanga Yenkululeko

Inyanga ka-Mbasa ihlonishwa njengenyanga yenkululeko, iNkosi u Zwelinzima Gumede...