Breaking News

UHLOPHE OHOLA AMALUNGA E-MK EPHALAMENDE

1 0

Kube njengama gama enkehli ngesikhathi uJaji John Hlophe, owayenguMengameli wamajaji eWestern Cape ehola amalunga eqembu uMkhonto weSizwe Party (MK) abefungiswe namuhla ePhalamende eKapa.

UHlophe waphumela obala NgoMgqibelo mhlaka 22 June, emcimbini we-African Legal Professionals Association (ALPA) eThekwini, wathi kade ekhuluma nalawo owayenguMengameli wakuleli ngokuthi kumele leli qembu lingena ePhalamende.

“Ngiyajabula ukumemezela ukuthi NgoLwesibili amalunga eMk angu-58 azofungiswa ePhalamende, azobe eholwa yimina, ” uHlophe wabeka kanje ngesikhathi kuqhubeka umcimbi we-ALPA.

Amalunga aleli qembu afungiswe namuhla ngenxa yokuthi awafikanga ngosuku lokuqala lokuvulwa kwephalamende mhlaka 14 June.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *