Breaking News

UHAMBEKAHLE OWUKUHALISELA ABATHWESWE IZIQU NGOLWAKWA-SITFE

0 0

Ubeyimpumelelo umcimbi wokuklonyeliswa kwababekade befunda ngomfundaze weSugar Industry Trust Fund For Education (SITFE).

Lo mcimbi ubusingethwe kwaShukela eMount Edgecombe enyakatho neTheku, NgoLwesihlanu mhlaka 28 June.

Bangu-9 abathwese iziqu kulo nyaka emnyangweni yemfundo ephakame,ngokulekelelwa uxhasomali lakwa-SITFE.

“Isizathu esingenza ngibe lapha ngonyaka ka-2020 ngingisebenza estolo,nokuyilapho engatshelwa khona omunye ubaba ngohlelo lwexhaso mali leSITFE , ” kusho uNksz Karabo Khumalo obekhulumela abafundi abathwese iziqu.

Ephetha uKarabo ukhuthaze abantu abasha ukuthi bacele usizo, wabonga nakwaShukela ngokumsiza ekutheni akwazi ukuzekisa amaphupho wakhe okungena kwezolimo.

Sebebonke abafundi abathwese iziqu ngaphansi kwe-SITFE ilaba:
-kedar Naidoo , Bachelor of Engineering Civil Engineering (Durban University of Technology)

-Ryan Hope Mthembu, National Diploma Electronics Engineering (Durban University of Technology)

-Sithembele Nsikelelo Mkhwanazi, National Diploma in Mechanical Engineering (Mangosuthu University of Technology)

-Anele Maphumulo
, National Diploma Agriculture (Cedara College of Agriculture)

-Karabo Khumalo, National Diploma Agriculture (Cedara College of Agriculture)

-Moses Cumaio, National Diploma Agriculture (Owen Sithole College of Agriculture )

-Thalente Promise Mthethwa, National Diploma Agriculture (Owen Sithole College of Agriculture)

-Nomalanga Nompilo Nene, National Diploma Agriculture (Owen Sithole College of Agriculture)

-Luke James Taylor, Bachelor of Engineering:Civil Engineering (University of Pretoria)

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *