Women month message

Date:

Khwezi Ngcobo

Mbokodo Zimbali zezwe qhubekani nokuba abalekeleli. Zithandeni nizinakekele ngoba umuntu wezifazane uyisibani esihle sezwe. Uyilokhu ozitshela ukuthi uyikho!

#PhakamaMbokodo

NOkukhanya Busane

Kulenyanga sigubha iqhaza elabanjwa yintsha ku 1976 ilwisana nobandlulula kanye nobugqila .Namuhla kumele silwisane nokuzinyeza kanye nokungazithembi singabantu abasha ,Siphila ezweni lenkululeko konke kusezandlen Zethu.

Zinhle Cebekhulu

Imfundo ibalulekile Kanye nokuziphatha uma umuntu wesifazane. Unamandla okwenza noma yini empilweni yakho ibe yimpumelelo. Akekho umuntu ongakuvimba kokholelwa yikhona. Lapho ukhona Sukuma uzithathe, ufunde ukuzimela empilweni yakho. Sibambene singenza okuningi, “Wathinta, “Abafazi wathint’ Imbokodo”.

Nelisiwe Magwaza

Akekho  umuntu obaluleke njengomuntu wesfazane , muntu wesmame noma ngabe ukuphi okumele ukwazi ukuthi uyimbokodo kumele uqini ungavumeli izinkinga zomhlaba zimoshe impilo yakho. Ngaphandle komuntu wesfazane  ikhaya liyabanda niqhubeke, nokuziphatha kahle nizinakekele mbokodo snakekele nabantwana bethu bamantombazane sibe isibuko kubona  #qinina mbokodo.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

Seziqalile Izinxoxo Zokubhunga Ngokukhulisa Umnotho

Sonto Lezimboni le-SADC (SADC Industrialisation Week) liwumcimbi omkhulu wale...

Amazulu Anqobe Iminyaka Ilandelana Kowesifundazwe.

Iqembu i-AmaZulu FC linqobe iPremier's Cup ka-2026 ngemuva kokushaya...

Kuhlomuliswe Abafundi Ngenhlonipho Kwamashu

Inhlangano i-KwaMashu Youth Crime Prevention Desk ihlele ingqungquthela yesibili...

Kufezeke iphupho esasenyuvesi u mfundi wase DUT

Inyuvesi I Durban University of Technology (DUT) isihalalisele umfundi...