Kuhlukene imibono ngokushiya kwabalingisi boZalo

Date:

Abathandi kanye nabalandeli bomdlalo wakumabonakude uZalo bahlukene kabili ngesiqephu sokugcina sabafana bakwa abekade baziwa njengabaka Khanyile kulomdlalo,  Lababilingisi ababili obWWekuyisiqephu sabo sokugcina ngolwesine lwamhlaka 06 August 2020.

UThulani Shange kanye no Sizwe Khumbuza abekade sebephenduke izilomo kubathandi balomdlalo kunamahebezi athi baxoshiwe kulomdlalo ngenxa yezizathu ezithize ezingakofinyeleli kwabezindaba.

Labalingisi ababili abahambe ngendlela efanayo, kuphule izinhliziyo zabanye abalandeli abaze bayozwakalisa ukuphatheka kabi kanye nokuphuka kwemimoya yabo ngenxa yokuthi angeke basazibona lezi zilamani zakwa Khanyile kubabonakude babo zonke izinsuku ezinkundleni zokuxhumana. Kanti abanye bekade besalokhu beyifake njalo imibuzo yokuthi ngabe isiphi isizathu esenza lezilamani zihambe ngesikhathi esisodwa.

Don’t miss what’s happening in your area. Subscribe for updates.

Share post:

spot_imgspot_img

Popular

More like this
Related

Seziqalile Izinxoxo Zokubhunga Ngokukhulisa Umnotho

Sonto Lezimboni le-SADC (SADC Industrialisation Week) liwumcimbi omkhulu wale...

Amazulu Anqobe Iminyaka Ilandelana Kowesifundazwe.

Iqembu i-AmaZulu FC linqobe iPremier's Cup ka-2026 ngemuva kokushaya...

Kuhlomuliswe Abafundi Ngenhlonipho Kwamashu

Inhlangano i-KwaMashu Youth Crime Prevention Desk ihlele ingqungquthela yesibili...

Kufezeke iphupho esasenyuvesi u mfundi wase DUT

Inyuvesi I Durban University of Technology (DUT) isihalalisele umfundi...