inkundlayezindaba.co.za

15 POSTS

Exclusive articles:

BETHULE IMKHIQIZO EMISHA YAMAPHILISI ABE-SELA 

ISELA iyaqhubeka nokuzibophezela ekukhiqizeni imikhiqizo yezempilo ehambelana nalolonke uhlobo lwemizimba yabantu.  Lokhu kubonakale ngesikhathi bethula imikhiqizo yabo emisha yamaphilisi angu-16 ahlukene, okuhloswe ngawo ukulekelela ekusizeni...

IZOHLONIPHA AMACIKO NOSOMABHIZINISI NGEZINDONDO I-EMBOLIGHT 

Zethulwe ngempumelelo izindondo ezizobe zihlonipha abeculi kanye no somabhizinisi ezethulwe i-embolight ephethwe nguNkk Zanele Zaza Mkhize, ongumsunguli kanye ne-CEO ye-Embolights Products, ophinde ebe umphathi...

UTHOBE UGQUGQUZELA INTSHA ESAFISA UKUNGENA EMKHAKHENI WEMFASHINI

UThobekile Sokhela, owaziwa ngelika-Thobe, ugqugquzela intsha ethanda imfashini ukuba ingazibeki phansi. Uthi uthando lwenqephu into yakhe kusukela ebuncaneni bakhe.  UThobe odabuka eSouth Coast uthi...

ABAFUNDI ABASEZINDAWENI ZASEMAKHAYA BABHEKENE NOBUNZIMA NGENXA YOBUDLOBONGELA OKUSEZINKUNDLENI ZOKUXHUMANA.  

UMnu Sphelele Myeni onguthisha odabuka endaweni yakwa Hlabisa Esigodini sase Nhlwathi, oneziqu zobuthishela azenza eNyuvesi yasoNgoye ne Honours. Uthi wabona kukhula mawala inkinga yokuhlukumezana kwabafundi...

UKUSEBENZA KANZIMA KUZALA IMPUMELELO: STHEMBISO NDLOVU

UKubona iphupho lakhe leminyaka lifezeka ngemumva kwesikhathi kuyisona Sibusiso esikhulu kunazo zonke. uSthembiso Ndlovu, ongowokuzalwa endaweni yase Msinga kaphansi kwesizwe saMabovu, uthi ngo 2022...

Breaking

Kuphoqeleke Ukuthi Bevale Abanikazi Bezitolo zabokufika Ngemuva Komkhankaso Wokuhlanza Umgwaqo U Victoria

Zisavaliwe izito zabokufika ezikumgwaqo Victoria Kanye no mgwaqo u...

Ungqongqoshe Umisa Uxhaso Lwe-EPWP Ethekwini Ngenxa Yokungahambi Kahle Kwezimali

UNgqongqoshe Wezemisebenzi Yomphakathi Nezingqalasizinda, uDean Macpherson, umemezele ukuthi uzomisa...

Buyaqhubeka Ubudlelwane Phakathi Kahulumeni Nesilo Samabandla.

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli, ube nengqungquthela noNgangezwe Lakhe,...

Oyisekela Likasihlalo Wamakhosi Inkosi U Gumede U Gqamisa Indima Yamakhosi Kwinyanga Yenkululeko

Inyanga ka-Mbasa ihlonishwa njengenyanga yenkululeko, iNkosi u Zwelinzima Gumede...
spot_imgspot_img