I-JCI 2025 isikulungele ukwamukela izivakashi ezivela emazweni ah lukene omhlaba kwingq ungquthela ka2025. Lokhu kuvele ngesikhathi besingathe isithangami sabezindaba, emasotweni adlule baqale ngokwenza umsebenzi i-Hackathon ebiseDurban University of Technology, loluhleo luqa le mhla zingu-16 yaphela mhla zingu-17 kuNhlaba 2025. Inhloso yalenkom fa ukukhiqiza izixazululo ezihlakaniphile zeTheku eligcono fuhi eliqhutshwa ubucwepheshe.
Inhlosoye JCI yokubiza isithangami sabezindaba ukuzonqakambisa ukubaluleka kwale ngqungquthela, ekungayona nje umcimbi we-JCI kodwa umcimbi kazwelonke ozobeka iDolobha iTheku neNingizimu Afrika ebalazweni lomhlaba jikelele. Kulengqungquthela kuzosungulwa izinto ezintsha, ukuthuthu kisa intsha, kanye
nokusebenzisana namazwe ngamazwe. UMongameli we-JCI, u-Keisuke Shimoyamada, uchaze kabanzi ngemi niningwane, nenjongo yengqungquthela, kanye nomthelela ewulethayo emiphakathini yasendawe ni, kanye namathuba om hlaba ewavulela abaholi abasebasha kanye nos omabhizinisi. Ingqungq uthela yeJCI izothuthu kisa umnotho wakuleli njengoba izongenisa imali ebalelwa ku-R25 Million, okunomthelela ekukhuleni komnotho nentuthuko. Phakathi nesithangami sabezindaba, uSihlalo weNgqungquthela ye-JCI Africa & Middle East 2025 wethula umlayezo wok weseka, ezwakalisa indlela aziqhenya ngayo futhi ajabule ngayo ngokubona lo mbuthano wamazwe ngamazwe wenzeka ezwe ni laseNingizimu Afrika, enkabeni yeTheku, Kwa Zulu-Natal. “Uthi lengq ungquthela ibukeka izoba impumelelo futhi ilekelele kakhulu intsha lena ebalel wa kwikhulu ethole ithuba lokufunda kabanzi ngam abhizinisi. Ngiyaziqhenya futhi ngijabule ukuba seThekwini”.