News

INkosi Yase Maqadini Itshale Izihlahla Zezithelo Njengesikhumbuzo Kumndeni Wakwa Qwabe.

Kube usuku lokujabula nolwenkumbula ngesikhathi umndeni wakwaQwabe unikezwa indlu kanye netayitela lendlu entsha, kulandela ukushona kabuhlungu komntwana u Aphelele Qwabe owashona ngesikhathi sezikhukhula. Lo mcimbi...

IMEYA KAMASIPALA WETHEKU ITHEMBISA UKULUNGISA INKINGA YAMANZI ENTUZUMA

Abantu baseNtuzuma bebuza imibuzo ngesikhathi uMeya weTheku uCyril Xaba, kanye nozakwabo, bephendula futhi benikeza izimpendulo mayelana nezinkinga zamanzi nezinye izinkinga zomphakathi. IHholo Lomphakathi laseNtuzuma B...

UBONGWE NGENDUMEZULU YOMCIMBI OKA-MAGALELA

I Mangethe Media ibambe ngempumelelo indumezulu yomcimbi wokuhlonipha uqweqwe lwentathale uMnu Fraser Sibusiso Mtshali obegubha iminyaka engu 47 abasemkhakheni wezobuntatheli. UMnu Mtshali waziwa kakhulu...

SEKUVALIWE UKUNGENELE OWE COMRADES MARATHON 2025

Abe- Comrades Marathon Association sebe memezele ngokusemthwethweni ukuvalwa kokungenela ukuba ingxenye yalomxayo wangonyaka ozayo. Lokhu kulandela ukufika enambeni engumqamula juqu engu 23 000, okwenzeke ngoMgqibelo...

I-CAFÉ INDIA INQOBE KOWE KZN CROWNS BUNNY CHOW CHAMPION KA-2024

I-Café India iwaqwaqwade emakhanda bonke abenzi bama Bunny Chow KwaZulu Natal. Lokhu kwenzeke emcimbini we-2024 Coca-Cola Bunny Chow Barometer Challenge obuse Blue Lagoon eThekwini...

Popular

Subscribe

spot_imgspot_img